Izithakazelo zakwa Majozi

Izithakazelo zakwa Majozi | Majozi Clan Praises

  • Mqamu,
  • Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
  • Gwanyana,
  • Mbhuli,
  • Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
  • Ngoza Lukhozi,
  • Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Majozi Whatsapp / call: 061 868 5163
Majozi Clan Praises
Izithakazelo zakwa Majozi

Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400